Repository logo
 

Indikimba yokudingiswa ezinkondlweni zikaMazisi Kunene zesiZulu.

dc.contributor.advisorSibiya, Nakanjani Goodenough.
dc.contributor.authorXaba, Melusi.
dc.date.accessioned2018-12-11T12:26:00Z
dc.date.available2018-12-11T12:26:00Z
dc.date.created2018
dc.date.issued2018
dc.descriptionDoctor of Philosophy in African Languages. University of KwaZulu-Natal. Pietermaritzburg, 2018.en_US
dc.description.abstractLona ngumsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwalezi zahluko eziyisikhombisa.Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nendikimba yokudingiswa etholakala ezinkondlweni zesiZulu zikaMazisi Kunene. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kuthulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Esahlukweni lesi kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni, kuchazwe amagama azobe eqavile ocwaningweni lonke. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenhloso yokhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphindwe kuthulwe izinjulalwazi eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwa ngokuveza umklamo wocwaningo kanye nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozimisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi yisahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngezinkondlo nokuthi buyini ubunkondlo. Kuzophinde kubuyekezwe nemibhalo ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Lapha kubhekwa izindlela zokuqhuba ucwaningo kanye nezinjulalwazi eziyisekelo socwaningo lonke.en_US
dc.identifier.urihttp://hdl.handle.net/10413/15913
dc.language.isoen_ZAen_US
dc.subject.otherZulu poetry.en_US
dc.subject.otherKunene Mazisi.en_US
dc.subject.otherRacism.en_US
dc.subject.otherExile.en_US
dc.subject.otherFreedom.en_US
dc.titleIndikimba yokudingiswa ezinkondlweni zikaMazisi Kunene zesiZulu.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Xaba-Melusi_2018.pdf
Size:
873.92 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: