Repository logo
 

Ukuvamisa Imithetho Yokubhala Nobhalomagama LwesiZulu Lonyaka Wezi-2021

dc.contributor.authorMaphumulo, Abednego Mandlenkosi.
dc.date.accessioned2026-06-18T10:09:33Z
dc.date.available2026-06-18T10:09:33Z
dc.date.created2026-06-18
dc.date.issued2021-02-24
dc.descriptionA book edited by A.M. Maphumulo, published by the University of KwaZulu-Natal Press, 272 pp.
dc.description.abstractUshicilelo olusha Lwemithetho Yokubhala Nobhalomagama LwesiZulu lonyaka wezi-2021 luwukwenziwa kabusha kwalolo lonyaka wezi-2008. Luqukethe izahluko ezibaluleke kakhulu emsebenzini wolimi lwesiZulu. Kunesahluko esithi ‘ukuvamisa’ esichazayo ukuthi kuyini nokuthi kuhlobene kanjani nemithetho yokubhala nobhalomagama. Izahluko ezilandelayo zichaza umlando ukuthi kusukwa kuphi nomshikashika wemithetho yokubhala nobhalomagama lwesiZulu. Lezi zahluko zigqamisa iqhaza labomdabu nabasabalalisi bezenkolo emlandweni wokubhalwa kwesiZulu. Kubuye kuchazwe kabanzi ngemithetho yokubhalwa kwesiZulu, izimpawu zokuloba, ifonetiki, ukufelebisa, amagama ezindawo, ukuhlelwa okubhaliwe nokubhekisisa osekuhleliwe. Kuqhutshekwa kudingidwe ukuqanjwa kwamatemu, imithetho yokuhumusha nokutolika kanye nokubhalwa kwezichazamazwi. Kubhalwe kabanzi ngezinkinga zolimi emithonjeni yezokwazisa, ikakhulukazi amagama esiZulu adidwa namanye nokusetshenziswa kwamagama ayimifakela, ikakhulukazi imisindo emisha esitholakala esiZulwini. Kubhekwe nobhalomagama eBhayibhelini. Kuchazwe izikhathi, izinsuku nezinyanga ngesiZulu kwase kugcinwa ngobuchwepheshe ekuthuthukisweni kolimi lwesiZulu. Incwadi izoba wusizo kulabo abasebenzisa isiZulu emikhakheni eyahlukene. Zitholele eyakho uzifundele kugeqwa amagula ngezahluko esezibaliwe.
dc.identifier.isbn9781869144548
dc.identifier.urihttps://hdl.handle.net/10413/24439
dc.language.isoother
dc.publisherUniversity of KwaZulu-Natal Press
dc.rightsAttribution-NonCommercial-ShareAlike 2.5 South Africaen
dc.rights.urihttp://creativecommons.org/licenses/by-nc-sa/2.5/za/
dc.subject.otherIsiZulu Linguistics
dc.subject.otherOrthography
dc.subject.otherLexicography
dc.titleUkuvamisa Imithetho Yokubhala Nobhalomagama LwesiZulu Lonyaka Wezi-2021
dc.typeBook
local.sdgSDG4
local.sdgSDG10

Files

Original bundle

Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Ukuvamisa Imithetho Yokubhala.pdf
Size:
3.04 MB
Format:
Adobe Portable Document Format

License bundle

Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: