Surgical site infections at a quaternary South African Hospital: epidemiology and impact on healthcare resources.
Date
2021
Authors
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
Abstract
ABSTRACT
Background: Studies focused on the epidemiology of surgical site infection (SSI) and its impact on healthcare resource utilisation in resource-constrained African settings are rare. This information is important for two reasons: 1) It facilitates the development of setting-specific risk stratification tools for identifying patients who might benefit fro m additional preventative interventions, and 2) It can guide public health specialists’ decisions around resource and budget allocations to surgical units and the
degree to which this can be optimised through SSI prevention. The research comprising this PhD thesis sought to address these gaps in the knowledge.
Methodology: This research is comprised of five stand-alone analyses involving surgical patient dataobtained from a South African quaternary hospital. The data was collected through patient medical chart
review, as well as accessing the hospital’s and service laboratory’s administrative systems. Study designs used in this research include cohort, trend analysis, geospatial analysis, case-control, and prognostic study designs.
Results: The incidence of SSI in high-risk laparotomy patients was 16.6%. Risk factors for SSI in this group included infectious indication for surgery, preoperative non-steroidal anti-inflammatory use, preoperative hypoalbuminemia, Bogota bag use, and perioperative blood transfusion. A 10-year trend analysis of all surgeries performed at the hospital found no change in admissions for post-discharge SSI. Mortality in elderly SSI admissions declined. The geospatial analysis found that most postdischarge SSI admissions originated from urban areas. Analysis of the laparotomy dataset showed that SSI resulted in an additional 1.06 days of hospitalisation (additional cost of ZAR8900/ $1180), but only in patients who already had short hospital stays. While preoperative hypoalbuminemia demonstrates a similar prognostic performance to the more complex SENIC/NNIS risk stratification methods (Cstatistic 0.677 versus 0.652/0.634), preoperative serum sodium is unlikely to have the same prognostic utility.
Conclusions: SSI is common among South African patients undergoing high-risk surgery. A settingspecific, multifactorial risk stratification tool might be of benefit in this population. Inpatient and postdischarge SSIs contribute to unnecessary healthcare utilisation a expenditure in this resource constrained setting. There is also great potential for certain routine preoperative laboratory tests to be used as simple, cost-effective SSI risk stratification tools in African settings.
Isizinda: Ucwaningo lugxile ekwakhiwenisimo sendawo ehlinziwe yokutheleleka (SSI) nomthelela
wakho wokusetshenziswa komthombo wokunakekela ngokokwelapha ezizindeni esivaleleke e-Afrika
nokungavamile. Lolu lwazi lubalulekile ngezizathu ezimbili: 1) Kusebenzisa intuthuko yamathuluzi
okuchaza ingcuphe egxile esizindeni esiqondile sokuhlonza iziguli ezingazuza emizamweni
eyongeziwe yokuvimbela, nokuthi 2) ingahola izinqumo zongoti bezempilo yomphakathi ngomthombo
nokwabiwa kwezimali kuya ezikhungweni zokuhlinzwa kanye nezinga lapho enganyuswa khona
ngokuvimbela nge-SSI. Ucwaningo okusekelwe kuyo le PhD kuhloswe ngalo ukubhekana nalezi
zikhala olwazini.
Indlelakwenza: Lolu cwaningo lunohlaziyo oluyisihlanu oluzimele olufaka imininingo yesigulo
esihlinziwe olutholakele esibhedlela esisezingeni lesine. Imininingo iqoqwe ngokubuyekeza ishathi
lokwelapha lesiguli, kanjalo nokufinyelela ezinhlelweni zesibhedlela kanjalo nezinsiza zaselabhorethri.
Uhlelosakhiwo locwaningo olusetshenziswe kulolu cwaningo lufaka ikhohothi, ukuhlaziya okwenziwa
kuleso sikhathi, ukuhlaziya umumomhlaba, ukulawula ucwaningonto, nohlelosakhiwo locwaningo
oluyinhlonzasifo.
Imiphumela: Ukwenzeka kwe-SSI ezigulini ezisengcupheni yelapharathomi ingama-16.6%. Izizathu
zengcuphe ze-SSI kuleli qembu elifakwe izinkomba zokutheleleka, isidambisikuvuvukala
okunganasteroydi angesikhathi sokuhlinzwa. Ukuhlaziya okwenzeka eminyakeni eyi-10 kokuhlinza
okwenziwa esibhedlela akutholanga shintsho ekungenisweni esibhedlela emva kokukhishwa. Ukufa
kwabadala ekufakweni esibhedlela nge-SSI kusukela ezindaweni zasemadolobheni. Ukuhlaziya
kwedathasethi yelapharothomi ikhombise ukuthi i-SSI inomphumela wezinsuku ezi-1.06 ezongeziwe
zokulaliswa esibhedlela (izindleko ezongeziwe zama-ZAR8900/$1180), kodwa yiziguli esezike zahlala
kafushane esibhedlela. Ngesikhathi i-hypoalbuminemia ngaphambi kokuhlinzwa ikhombisa
ukusebenza kokuhlonzwa kwesifo ezindlelenikwenza zokuchaza ingcuphe eyinkimbi ye-SENIC/NNIS
(istathistikhi i-C0677 uma siqhathaniswa ne-0.652/0.634), isiramu yesodiyamu yangaphambi
kokuhlinzwa okungenzeka ibe nenhlonzasifo efanayo.
Iziphetho: I-SSI ivamile ezigulini zaseNingizimu Afrika ezisezingcupheni ezinkulu. Isizinda
esiqondile, ithuluzi lokucacisa ingcuphe enezizathu eziningi zokuzuza eqoqwenibantu. Iziguli
ezelashelwa esibhedlela nama-SSI emva kokukhishwa esibhedlela kufaka ukusetshenziswa
kokunakekelwa ngokwezempilo nokusetshenziswa kulesi sizinda esincishelwe yimithombo. Kuphinde
kube nokukwazi okusezingeni ngokwezivivinyo ezilungiswe ngaphambi kwesikhathi elabhorethri
ukuba zisetshenziswe, njengamathuluzi alula, nashibhile okuchaza ingcuphe yama-SSI ezizindeni zase-Afrika.
Description
Doctoral Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban.