• Login
    View Item 
    •   ResearchSpace Home
    • College of Humanities
    • School of Arts
    • Languages & Literature
    • Masters Degrees (Languages & Literature)
    • View Item
    •   ResearchSpace Home
    • College of Humanities
    • School of Arts
    • Languages & Literature
    • Masters Degrees (Languages & Literature)
    • View Item
    JavaScript is disabled for your browser. Some features of this site may not work without it.

    Ukukhononda ezinkondlweni zika- JC Dlamini ezibhalwe ngesikhathi sobandlululo.

    Thumbnail
    View/Open
    Thesis (920.1Kb)
    Date
    2015
    Author
    Qwabe, Thembinkosi Blessing.
    Metadata
    Show full item record
    Abstract
    Lolu cwaningo lubheka ukukhononda ezinkondlweni zika-J.C.Dlamini azibhale ngesikhathi sobandlululo eNingizimu Afrika. Lucwaninga indikimba yokukhononda ezinkondlweni zakhe luveze ukuthi kwakuyiziphi izinto ayekhononda ngazo; imaphi amasu awasebenzisa ukubhala lezo zinkondlo kanye nezinhloso zakhe zokubhala lezo zinkondlo. Ngale kokuveza izinto ayebhala ngazo, lubuye luveze namasu awasebenzisile ukubhala lolu hlobo lwezinkondlo ngesikhathi lapho umbuso wobandlululo wawukwenze kwaba nzima khona kubabhali ukuba babhale ngokukhululeka. Luveza isibindi nobuchule bakhe ekubhaleni izinkondlo ezinendikimba yokukhononda. Ucwaningo lusebenzisa ithiyori ye-Marxism kanye neye-Post-colonialism. La mathiyori akwenza kube lula ukwenza lolu cwaningo ngokubheka ubudlelwane phakathi kwezinkondlo zika-J.C.Dlamini kanye nesikhathi ezibhalwe ngaso. Lubalulekile lolu cwaningo ngokuchitha imibono yabanye abacwaningi ababopha ngabhande linye bathi imibhalo yesintu ayikwazanga ukuveza impilo yabantu ngezikhathi zobandlululo; ubuhlungu, usizi, ukuhlushwa nokubandlululwa kwabantu ababecindezelwe. Luveza okwakwenzeka ngaleso sikhathi nokuthi abantu abamnyama bathwala kanzima kangakanani.
    URI
    http://hdl.handle.net/10413/13379
    Collections
    • Masters Degrees (Languages & Literature) [34]

    DSpace software copyright © 2002-2013  Duraspace
    Contact Us | Send Feedback
    Theme by 
    @mire NV
     

     

    Browse

    All of ResearchSpaceCommunities & CollectionsBy Issue DateAuthorsTitlesSubjectsAdvisorsTypeThis CollectionBy Issue DateAuthorsTitlesSubjectsAdvisorsType

    My Account

    LoginRegister

    DSpace software copyright © 2002-2013  Duraspace
    Contact Us | Send Feedback
    Theme by 
    @mire NV