Repository logo
 

Ukukhononda ezinkondlweni zika- JC Dlamini ezibhalwe ngesikhathi sobandlululo.

dc.contributor.advisorSibiya, Nakanjani Goodenough.
dc.contributor.authorQwabe, Thembinkosi Blessing.
dc.date.accessioned2016-09-26T06:32:35Z
dc.date.available2016-09-26T06:32:35Z
dc.date.created2015
dc.date.issued2015
dc.descriptionMaster of Arts in IsiZulu.en_US
dc.description.abstractLolu cwaningo lubheka ukukhononda ezinkondlweni zika-J.C.Dlamini azibhale ngesikhathi sobandlululo eNingizimu Afrika. Lucwaninga indikimba yokukhononda ezinkondlweni zakhe luveze ukuthi kwakuyiziphi izinto ayekhononda ngazo; imaphi amasu awasebenzisa ukubhala lezo zinkondlo kanye nezinhloso zakhe zokubhala lezo zinkondlo. Ngale kokuveza izinto ayebhala ngazo, lubuye luveze namasu awasebenzisile ukubhala lolu hlobo lwezinkondlo ngesikhathi lapho umbuso wobandlululo wawukwenze kwaba nzima khona kubabhali ukuba babhale ngokukhululeka. Luveza isibindi nobuchule bakhe ekubhaleni izinkondlo ezinendikimba yokukhononda. Ucwaningo lusebenzisa ithiyori ye-Marxism kanye neye-Post-colonialism. La mathiyori akwenza kube lula ukwenza lolu cwaningo ngokubheka ubudlelwane phakathi kwezinkondlo zika-J.C.Dlamini kanye nesikhathi ezibhalwe ngaso. Lubalulekile lolu cwaningo ngokuchitha imibono yabanye abacwaningi ababopha ngabhande linye bathi imibhalo yesintu ayikwazanga ukuveza impilo yabantu ngezikhathi zobandlululo; ubuhlungu, usizi, ukuhlushwa nokubandlululwa kwabantu ababecindezelwe. Luveza okwakwenzeka ngaleso sikhathi nokuthi abantu abamnyama bathwala kanzima kangakanani.en_US
dc.identifier.urihttp://hdl.handle.net/10413/13379
dc.language.isoen_ZAen_US
dc.subjectDlamini, J. C -- Poetry.en_US
dc.subjectProtest poetry -- History and criticism.en_US
dc.subjectTheses -- IsiZulu.en_US
dc.titleUkukhononda ezinkondlweni zika- JC Dlamini ezibhalwe ngesikhathi sobandlululo.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle

Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Qwabe_Thembinkosi_Blessing_2015.pdf
Size:
920.11 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
Thesis

License bundle

Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: