Repository logo
 

Ukuguquka kwesiko kuveza ukuhlukumezeka kwabantu besifazane kubhekiswa ezincwadini ezingamanoveli athi : ifa lenkululeko, ifa ngukufa.

dc.contributor.advisorNgcobo, Tholakele Ruth.
dc.contributor.authorSiwela, Sizwe Oosie.
dc.date.accessioned2016-05-11T07:19:59Z
dc.date.available2016-05-11T07:19:59Z
dc.date.created2015
dc.descriptionM.A. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg 2015.en_US
dc.description.abstractLo mbhalo ukhuluma ngamasiko esiZulu abukeka ehlukumeza abantu besifazane ngezindlela ezahlukene. La masiko ekugxilwe kuwona isiko lokuzila nesiko lokungenwa. Konke lokhu kwenziwa kususelwa ezincwadini ezimbili ezingamanoveli ethi ‘Ifa Lenkululeko’ nethi ‘Ifa Ngukufa.’ ukuguquka kwesiko yikho okubukeka kuyinto enomthelela omkhulu ekuhlukumezekeni kwabantu besifazane ngenxa yamasiko. Kubuye kuvele ukuthi abantu abaningi abasahambisani namasiko ayenziwa emandulo ngenxa yokuthi awasahambisani nesikhathi sanamuhla. Lokhu kuvezwa izingxoxo ezenziwe kuxoxiswana nabantu bemiphakathi eyahlukene eyakhele indawo yaseMgungundlovu. Kubuye kuvele ukuthi abanye abantu basaweseka la masiko yize engahambisani nesikhathi sanamuhla. Kugqama ukuthi amasiko anezingxenye ezimbili njengalokhu eguquka nje, kukhona okuhle ngawo kanti futhi kukhona nokubi ngawo. Okucacayo ukuthi ngeke kwagwemeka ukuguquka kwamasiko njengalokhu inkathi yokuphila ishitsha, nezizwe sezahlala ngokuxubana ndawonye.en_US
dc.description.notesThesis is in IsiZulu.en_US
dc.identifier.urihttp://hdl.handle.net/10413/12926
dc.language.isootheren_US
dc.subjectCulture in literature.en_US
dc.subjectZulu fiction--History and criticism.en_US
dc.subjectZulu literature--History and criticism.en_US
dc.subjectZulu (African people)--Women.en_US
dc.subjectGender identity.en_US
dc.subjectTheses--IsiZulu.en_US
dc.titleUkuguquka kwesiko kuveza ukuhlukumezeka kwabantu besifazane kubhekiswa ezincwadini ezingamanoveli athi : ifa lenkululeko, ifa ngukufa.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Siwela_Sizwe_Oosie_2015.pdf
Size:
561.81 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
Theses
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: