Repository logo
 

Ukuhlaziywa kokufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-de Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka.

dc.contributor.advisorMazibuko, Gugulethu Brightness.
dc.contributor.authorJauza, Mawethu Lawrence.
dc.date.accessioned2021-10-18T15:55:58Z
dc.date.available2021-10-18T15:55:58Z
dc.date.created2020
dc.date.issued2020
dc.descriptionMasters Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban.en_US
dc.description.abstractUmkhakha wokwenziwa kwezichazamazwi ezifaka izilimi zabomdabu usemusha e-Afrika, naseNingizimu Afrika, noma bezenziwa eminyakeni edlule kodwa bekungalandelwa kakhulu injulalwazi yokwenziwa kwezichazamazwi ekhuluma ngokusebenziseka kalula kanye nokufezwa kwezidingo zabasebenzisi bezichazamazwi. Lokhu kusho ukuthi isichazamazwi kumele sibe ngesifeza izidingo zabasebenzisi abahlonziwe, siphendule yonke imibuzo abasebenzisi abahlonziwe abangase babe nayo okugcina kumele lonke ulwazi oludingwa ngabasebenzisi abahlonziwe lutholakale kalula. Lolu cwaningo luhlaziya ukufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-De Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka. Inhloso yalokhu ukuthola ukuthi isichazamazwi esilulimimbili sika-De Schryver (2015) siyaphumelela yini ukuhlinzeka abasebenzisi ngolwazi oluzothuthukisa ukukhulunywa ngempumelelo kwezilimi okufakwe ngazo amalema, ukuhlaziya ngokunzulu ukuthi njengoba lesi sichazamazwi singesilulimimbili siyayifeza noma siyahlangabezana yini nenjulalwazi yokusebenziseka nezidingo zabasebenzisi uma kufakwa amalema angomqondofana nangomqondophika. Kanye nokuzama ukuqonda kabanzi umsebenzi nezinhlosongqangi zokwakhiwa kwesichazamazwi esilulimimbili esifaka amalema ngolimi lwesiZulu nolwesiNgisi.en_US
dc.identifier.urihttps://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19839
dc.language.isootheren_US
dc.subject.otherAmalema amqondofana.en_US
dc.subject.otherUkusebenziseka.en_US
dc.subject.otherInjulalwazi.en_US
dc.subject.otherAmalema amqondophika.en_US
dc.titleUkuhlaziywa kokufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-de Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Jauza_Mawethu_Lawrence_2020.pdf
Size:
1.95 MB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: