Epidemiology and alternative approaches for SARS-CoV-2 testing within limited resources settings=Isifundo ngembangela nokusabalala kwezifo i-epidemiology nezindlela ezahlukile zokuhlolwa kwe-SARS-CoV-2 esimeni sokwesweleka kwezinsiza.
Date
2023
Authors
Journal Title
Journal ISSN
Volume Title
Publisher
Abstract
Background: In the context of the global battle to contain the rapidly mutating SARS-CoV-2, diagnostic testing for SARS-CoV-2 infection remains a challenge, particularly in low-middleincome countries (LMICs) due to low socioeconomic backgrounds. Concerningly, because less attention is paid to asymptomatic cases, particularly in LMICs with limited resources for SARSCoV- 2 testing, the virus is spreading silently in communities, and the majority of these individuals could be contributing to the resurgence of SARS-CoV-2 infection. This study aimed to determine the epidemiology and alternative approaches for SARS-CoV-2 testing within limited resources settings.
Methods: A total sample size of 1335 residual patient samples from the Global Health Innovation (GHI) laboratory was used for the epidemiology study and methods comparison. Results and Discussion: Literature review showed that high income countries (HICs) test more frequently for SARS-CoV-2 infection, with a range of 113% to 146% higher than LMICs (1% to 43%). The present study demonstrated a higher proportion of asymptomatic cases (68%) among SARS-CoV-2 infected patients. Regarding the methods comparison for the detection of SARSCoV- 2, the evaluated alternative methods [three RNA extraction (Lucigen QuickExtract™ RNA Extraction Kit, Bosphore EX-Tract Dry Swab RNA Solution, Sonicator method and four commercial SARS-CoV-2 RT-PCR assay kits (Nucleic Acid COVID-19 Test Kit (SARS-CoV-2), abTESTM COVID-19 qPCR I Kit, PCL COVID19 Speedy RT-PCR Kit, and PCLMD nCoV One- Step RT-PCR Kit)] were found to be cheaper and faster.
Conclusion: Notably LMICs are undertesting for SARS-CoV-2 infection compared to HICs, and there was a higher proportion of asymptomatic cases among SARS-CoV-2 infected patients in South Africa. This study suggests that using the above-mentioned cost-effective, quick, and accurate evaluated alternative methods for mass SARS-CoV-2 testing in routine diagnostic laboratories with limited resources can help to increase testing capacity for SARS-CoV-2 infection in LMICs. This means that the sooner SARSCoV- 2 infection control and prevention measures can be implemented to reduce community transmission.
IQOQA
Isendlalelo: Esimeni somzabalazo womhlaba jikelele wokuvimba i-SARS-CoV-2 eguquguquka ngokushesha, uvivinyo oluhlolayo lokutheleleka nge-SARS-CoV-2 luselokhu luyinselelo, ikakhulu emazweni anemiholo ephansi kuya kwephakathi nendawo (low-middle income countries - MICs) ngenxa yesizinda senhlalomnotho ephansi. Ngokuxakayo-ke, ngenxa yokunganakwa kokutheleleka okungenazimpawu, ikakhulu ama-LMIC anezinsiza zokuhlolela i-SARSCoV-2, igciwane liyanda buthule emiphakathini, futhi iningi lalaba bantu lingase libe nomthelela yokuvembuka kabusha kokuthelelana nge-SARSCoV-2. Lolu cwaningo lwaluhlose ukuthola imbangela nokusabalala kwezifo i-epidemiology nezinye izindlela zokuhlola i-SARSCoV-2 esimeni sokwesweleka kwezinsiza.
Izindlela: Kwasetshenziswa isampula eliphelele lamasampula eziguli ezisilele eziyi-1332 avela emalaborethri akwaGlobal Health Innovation (GHI) ngokocwaningo lwe-ephidemiyoloji nokuqhathaniswa kwezindlela.
Imiphumela nengxoxo: Imibhalo eyabuyekezwa yakhombisa ukuthi amazwe anemiholo ephezulu (high income countries - HICs) ahlolela ukutheleleka kwe-SARS-CoV-2 kaningana ngokwebanga eliyi-113% kuya kweliyi-146% ngaphezu kwama-LMICs (1% kuya kuma-43%). Lolu cwaningo lwakhombisa isibalo esiphezulu lotho olungenazimpawu (68%) phakathi kweziguli ezitheleleke nge-SARS-CoV-2. Mayelana nezindlela zoqhathaniso lokuhlolwa kwe-SARS-CoV-2, izindlela ezahlukile ezihloliwe zokukhishwa kokuthathu (Lucigen QuickExtract™ RNA Extraction Kit, Bosphore EX-Tract Dry Swab RNA Solution, nendlela iSonicator) nezinsiza ze-assayi i-SARS-CoV-2 RT-PCR (Nucleic Acid COVID-19 Test Kit (SARS-CoV-2), abTESTM COVID-19 qPCR I Kit, PCL COVID19 Speedy RT-PCR Kit, ne-PCLMD nCoV OneStep RT-PCR Kit)] okwatholwa kushibhile futhi kushesha.
Isiphetho: Ngokuqaphelekayo ama-LMIC akuhlolela kancane ukutheleleka nge-SARS-CoV-2 uma kuqhathaniswa nama-HIC, futhi kwakunesibalo esiphezulu sotho olungenazimpawu phakathi kweziguli ezitheleleke nge-SARS-CoV-2 eSouth Africa. Lolu cwaningo lukhomba ukuthi ukusebenzisa izindlela ezibalwe ngenhla ezishibhile, ezisheshayo, futhi ezinembayo nezihloliwe futhi ezingezinye izindlela zokuhlola isisindo se-SARS-CoV-2 engukuhlola okwejwayelekile emalabhorethri anezinsiza ezingeziningi kungasiza ekukhuliseni ukukwazi ukuhlola kokutheleleka nge-SARS-CoV-2 ema-LMIC. Lokhu kuchaza ukuthi uma kungashesha ukulawulwa kokutheleleka nge-SARS-CoV-2 nezinyathelo zokuvikeleka kungenziwa ukunciphisa ukuthelelana emphakathini.
Description
Doctoral Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban.