Optics and Imaging
Permanent URI for this communityhttps://hdl.handle.net/10413/7049
Browse
Browsing Optics and Imaging by Author "Mthembu, Mbuso Herald."
Now showing 1 - 1 of 1
- Results Per Page
- Sort Options
Item The role of Endothelin-1 in HIV associated pre-eclampsia.(2019) Mthembu, Mbuso Herald.; Naicker, Thajasvarie.Introduction and Background: Preeclampsia (PE), a hypertensive disorder specific to human pregnancy, remains a major cause of maternal mortality and morbidity globally. Endothelin-1 (ET-1) is a powerful vasoconstrictor that plays a crucial role in endothelial cell dysfunction, a characteristic feature of preeclampsia development. As a result, this study assessed the role of ET-1 in an HIV-infected preeclamptic cohort. Ethics approval was obtained BCA/17. Method: The study population (n = 72) was grouped according to pregnancy type i.e., normotensive (n = 36) and preeclamptic (n = 36) further stratified by human immunodeficiency virus (HIV) status. ET-1 levels were quantified using the Bioplex Immunoassay. Results: Gravidity, gestational age, systolic and diastolic blood pressure were significant across the study groups (p < 0.05). The concentration of ET-1 was significantly elevated in preeclamptic vs normotensive pregnancies regardless of HIV status (p ≤ 0.0418). Conclusion: This study observed a non-significant increase in ET-1 in the HIV positive preeclampsia group compared to the HIV negative pre-eclampsia group. ET-1 was significantly increased in pre-eclampsia compared to normotensive pregnancy. Isendlalelo nesingeniso: I-preeclampsia (PE), isifo sokunyuka kokugijima kwegazi esihlasela umuntu wesifazane ngesikhathi ekhulelwa, iyimbangela enkulu yokushona kukamama kanye nokugula komzimba emhlabeni wonke jikelele. I-Endothelin-1 (ET-1) iyi-vasoconstrictor enamandla ebamba iqhaza elibalulekile ekungasebenzi kahle kwamaseli we-endothelial, ibuye ibe nomthelela ekuthuthukeni kwe Preeclampsia. Lolu cwaningo beluhlola iqhaza le-ET-1 kubantu besifazane abanegciwane lesandulela ngculaza Kanye ne Preeclampsia ngesikhathi esisodwa. Indlela yokwenza: Inani labantu abacwaninguyo lingama-72, lihlukaniswa ngokwamaqembu ezinhlobo zokukhulelwa i.e., i-Abangenaso isifo (Normatensive) abangama-36 kanye nabanesifo se Pre-eclampsia abangama-36-, abuye aphindwa yahlukaniswa ngesimo seegciwane lesandulela ngculaza. Amazinga we-ET-1 asehlaziywa ngokusebenzisa iBioplex Immunoassay. Imiphumela: Ukuthola amandla wobudala, iminyaka yokuthomba, umfutho wegazi ne-diastolic kubonakale kwenza umehluko kuwo amaqembu ocwaningo (p < 0.05). Amazinga we-ET-1 akhuphuke kakhulu ekukhulelweni kwe-PE uma kuqhathaniswa nokukhulelwa okujwayelekile kungakhathalekile ukuthi sinjani isimo segciwane lesandulelaNgculaza (p ≤ 0.0418). Isiphetho: Lolu cwaningo lubone ukwanda okungabalulekanga kwe-ET-1 eqenjini labanepreeclampsia Kanye negciwane lesandulela ngculaza kuqhathaniswa nabane Preeclampsiankodwa bengenalo igciwane lesandulela ngculaza. I-ET-1 ibonakale yanda kakhulu ekukhuliseni i-preeclampsia uma kuqhathaniswa nokukhulelwa okujwayelekile.