Browsing Masters Degrees (African Languages) by Title
Now showing items 26-35 of 35
-
Ukubaluleka kwemvunulo yomdabu osikompilweni lwabantu besifazane abangamazulu basendaweni yakwanobamba (Weenen) KwaZulu-Natali.
(2013)Lolu cwaningo lugxile ekubalulekeni kwemvunulo yomdabu osikompilweni lwabantu besifazane abangamaZulu basendaweni yakwaNobamba. Imvunulo yomdabu ayembathelwa ukwemboza umzimba kuphela, kodwa ngokwesiko, ihlukanisa ... -
Ukuguquka kwesiko kuveza ukuhlukumezeka kwabantu besifazane kubhekiswa ezincwadini ezingamanoveli athi : ifa lenkululeko, ifa ngukufa.
Lo mbhalo ukhuluma ngamasiko esiZulu abukeka ehlukumeza abantu besifazane ngezindlela ezahlukene. La masiko ekugxilwe kuwona isiko lokuzila nesiko lokungenwa. Konke lokhu kwenziwa kususelwa ezincwadini ezimbili ezingamanoveli ... -
Ukuhlaziywa kolimi olusetshenziswa emdlalweni webhola likanobhutshuzwayo.
(2016)Lolu cwaningo luhlaziya ulimi olusetshenziswa emdlalweni webhola likanobhutshuzwayo, luphinde luveze umthelela wala magama olimini lwesiZulu. Lolu cwaningo lugxile kakhulu emtheleleni walolu limi olusetshenziswa emdlalweni ... -
Ukuvezwa kokuhlukumezwa kwabesifazane nezingane emibhalweni yesiZulu.
(2017)Lolu cwaningo luzogxila endikimbeni yokuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane emibhalweni yesiZulu eyahlukahlukene. Luzobheka izinto ezahlukahlukene ezithinta le ndikimba okungabalwa okubalwa kuzo izinhlobo, izimbangela, ... -
Ukuvezwa kokuhlukunyezwa kwabantu besifazane ezingomeni zomculo weqembu “Izingane zoma”.
(2016)Abstract not available. -
Ukuvezwa komlando ezibongweni zamakhosi amabili akwazulu, uDingane nomPande.
(2007)This research is entitled "The historical representation of the praise-poetry of the two Zulu kings, Dingane and Mpande." In this study the researcher is trying to explore the ways in which history is portrayed in these ... -
Ukuvezwa kwemicabango yabalingiswa ngempilo yabathandana nobulili obufanayo ezindabeni ezimfishane nasemanovelini akhethiwe esiZulu.
Uma kuke kwaphathwa igama elithi, ubutabane abantu babuthisa izinhlonze, bahlahle amehlo. Kungaba isemindenini noma emphakathini kuyefana. Lolu hlobo lwempilo kwabanye lubukeka sengathi isifo noma umkhuhlane othile ... -
Ukuzibophezela ekuqhakambiseni usikompilo encwadini insumansumane ebhalwe ngu Elliot Zondi.
(2002)Lolu cwaningo, "Ukuzibophezela ekuqhakambiseni usikompilo encwadini Insumansumane ebhalwe ngu-Elliot Zondi", luhlose ukuveza ukubaluleka kwezingxenye zosikompilo lukaZulu ezitholakala encwadini ebhalwe ngu-Elliot Zondi ethi ... -
Ukwenziwa kwesichazimagama sesilengi olimini lwesizulu : Specialised lexicography with reference to the Zulu slang.
(2000)The research 'Specialized Lexicography with reference to the Zulu Slang' focuses on the aspects of language development which have not yet been considered in isiZulu language. The study also tries to uncover how other ... -
The use of African languages as an economic resource : the case of IsiZulu in the region of KZN.
(2010)This research's aim was to try and bring language awareness to the citizens of this country hence economic matters are exclusive. One broad area of interest that overwhelmed me and formed the basis of this research was the ...