Repository logo
 

Ubuciko bokwethiwa kwamagama abalingiswa emanovelini abhalwa ngemuva konyaka wezi-2000: kubhekwa ukwethiwa kwabalingiswa ukuthi kuyafana nokwetha jikelele.

dc.contributor.advisorNgubane, Sihawukele Emmanuel.
dc.contributor.authorHlengwa, Mzamo Effort.
dc.date.accessioned2021-06-09T11:50:31Z
dc.date.available2021-06-09T11:50:31Z
dc.date.created2019
dc.date.issued2019
dc.descriptionMasters Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban.en_US
dc.description.abstractNgokwaseNingizimu Afrika igama liqukethe izinto ezithile ezihambisana nokwethiwa kwalo. Igama liqukethe ubuntu kanye nobunjalo bakhe lowo owethiwe lelo gama kepha ezinye izinhlanga zilibuka njengelebuli esetshenziswa ukwetha ukuze izinto zikwazi ukuhlukaniseka. Isifundo sokwethiwa kwamagama abantu sibizwa nge-anthrophonemi okuyigatsha le-onomastiki. I-anthrophonemi ibhekene nokufundwa kwamagama abantu. Lolu cwaningo luhlose ukuveza amagama ethiwe abalingiswa abawumfuziselo wabantu abaphilayo ngenhloso yokubheka ukuthi kuyefana yini ukwethiwa kwabalingiswa nokwethiwa kwabantu emhlabeni jikelele okanye okwabantu abaphilayo. Umbuzo oqanda ikhanda wothi ngabe ababhali bamanoveli bayakuqikelela yini ukwetha jikelele uma betha abalingiswa nokuthi bayaziqikelela yini izinguqukokwetha emagameni ethiwa abalingiswa. Lokhu kwenziwa ngokuqhathanisa incazelo enanyatheliswe egameni nempilo yomlingiswa nokuthi kuyahambisana yini nencazelo yegama lomuntu ophila emhlabeni kanye nezinguqukokwetha. Injulalwazi ye-onomastiki yenhlalo neyemibhalo isetshenzisiwe ukuseka izinhloso zalolu cwaningo. Amagama atonyulwe emanovelini amathathu: Amasokisi, Ngizigwaze Ngowami nethi Ngiyabonga.en_US
dc.description.notesThesis in isiZulu. Abstract also available in English.en_US
dc.identifier.urihttps://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19449
dc.language.isootheren_US
dc.subject.otherOnomastiki.en_US
dc.subject.otherInguqukokwetha.en_US
dc.subject.otherAbalingiswa.en_US
dc.subject.otherUkwethiwa Kwamagama.en_US
dc.subject.otherUkwetha Jikelele.en_US
dc.titleUbuciko bokwethiwa kwamagama abalingiswa emanovelini abhalwa ngemuva konyaka wezi-2000: kubhekwa ukwethiwa kwabalingiswa ukuthi kuyafana nokwetha jikelele.en_US
dc.typeThesisen_US

Files

Original bundle
Now showing 1 - 1 of 1
Loading...
Thumbnail Image
Name:
Hlengwa_Mzamo_Effort_2019.pdf
Size:
468.93 KB
Format:
Adobe Portable Document Format
Description:
Hlengwa_Mzamo_Effort_2019
License bundle
Now showing 1 - 1 of 1
No Thumbnail Available
Name:
license.txt
Size:
1.64 KB
Format:
Item-specific license agreed upon to submission
Description: